Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Kanjalo-ke abokugcina bayakuba ngabokuqala; abokuqala babe ngabokugcina.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:16
18 Referans Kwoze  

Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala.


Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; abokugcina kuqala.


Ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.


Ngithi kini: Kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye abangadingi kuphenduka.


Ngakho siyakuthini? Ukuthi abezizwe ababengadingisisi ukulunga, sebekutholile ukulunga, ukulunga okuvela ekukholweni.


Ngenani ngesango elincane, ngokuba libanzi isango, nendlela ibanzi eyisa ekubhujisweni, baningi abangena ngayo;


Phezu kwalokho abamisele ngaphambili, labo futhi ababizile;


Ngoba ngithi kini: Kakho kulawomadoda abemenyiwe ozakuzwa ukudla kwami kwakusihlwa.


Ngalokho nathi siyambonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba, lapho namukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu elisebenzayo ngokweqiniso. Nakini enikholwayo.


Futhi umthetho wangena, ukuze isiphambeko sande. Kepha lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi;


Ngakho-ke ngithi kuwe: Izono zakhe eziningi zithethelelwe; ngokuba wayethanda kakhulu, kepha othethelelwa okuncane, uthanda kancane.


Ngumuphi kulaba ababili owenza intando kayise na? Bathi kuye: Eyokuqala. UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Abathelisi nezifebe bangena phambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite