Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 2:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Basebesithi kuye: EBetlehema laseJudiya, ngoba kulotshiwe kanje ngomprofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bathi kuye: “EBetlehema laseJudiya, ngokuba kulotshiwe kanjalo ngomprofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Bathi kuye: “EBhethlehema eJudiya, ngokuba kulotshiwe kanjalo ngomphrofethi, ukuthi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Basebesithi kuye: EBetlehema laseJudiya, ngoba kulotshiwe kanje ngomprofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi




Mathewu 2:5
11 Referans Kwoze  

Awushongo yini umbhalo ukuthi uKristu uzavela enzalweni kaDavide, naseBetlehema, emzini kaDavide, na?


Kwasekusithi emihleni yokubusa kwabahluleli, kwaba khona indlala elizweni; Indoda ethile yaseBetlehema Juda yahamba yagogobala ezweni lakwaMowabi, yona nomkayo namadodana akhe amabili.


UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.


Bheka, uBhowazi wafika evela eBetlehema, wathi kubavuni: “UJehova makabe nani. Zathi kuye: “UJehova makakubusise;


Bonke abantu ababesesangweni namadoda amakhulu bathi: “Singofakazi.” UJehova makenze owesifazane ongene endlini yakho abe njengoRaheli nanjengoLeya abakha indlu yakwa-Israyeli bobabili; wenza kahle e-Efrati, waduma eBetlehema.


Base behamba bobabili baze bafika eBetlehema. Futhi lapho befika eBhetlehema, umuzi wonke waxokozela, wathi: Ingabe lo uNawomi?


NeKatati, neNahalali, neShimroni, ne-Idala, neBetlehema: imizi eyishumi nambili nemizana yayo.


URaheli wafa, wembelwa endleleni yase-Efrati eyiBetlehema.


Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,


Wayesebutha bonke abapristi abakhulu nababhali besizwe, wababuza ukuthi uKristu uzakuzalelwaphi.


Kwakukhona insizwa yaseBetlehema Juda yesizwe sakwaJuda, engumLevi, yahlala khona njengowezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite