Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 2:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka, neJerusalema lonke kanye naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka neJerusalema lonke kanye naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 UHerode, inkosi, esekuzwile lokho wakhathazeka nalo lonke iJerusalema.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka, neJerusalema lonke kanye naye.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 2:3
14 Referans Kwoze  

Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi, okhanda ngamatshe abathunywe kuwe, kukangaki ngithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakho, njengesikhukhukazi sibuthela amatshwele aso ngaphansi kwamaphiko aso, kodwa anivumanga!


Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu na? Uze lapha ukusihlupha singakafiki isikhathi?


Bedabukile ngokuba befundisa abantu, beshumayela ukuvuka kwabafileyo ngoJesu.


besithi: Ungaphi ozelwe eyinkosi yamaJuda? ngokuba sibonile inkanyezi yakhe empumalanga, size ukukhuleka kuye.


Wayesebutha bonke abapristi abakhulu nababhali besizwe, wababuza ukuthi uKristu uzakuzalelwaphi.


Niyakuzwa ngezimpi namahemuhemu ezimpi, bhekani ningethuki;


Nxa nisizwa ngezimpi namahemuhemu ezimpi, ningethuki; kodwa ukuphela kungakafiki.


Inhliziyo yenkosi yase-Aramu yakhathazeka kakhulu ngale ndaba; wabiza izinceku zakhe, wathi kuzo: “Aniyikungibonisa yini ukuthi ubani kithi ongowenkosi yakwa-Israyeli na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite