Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 19:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 yazisa uyihlo nonyoko; wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 hlonipha uyihlo nonyoko; wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 19:19
15 Referans Kwoze  

Ungaphindiseli futhi ungabi namagqubu kubantwana babantu bakini, kodwa kumelwe uthande umakhelwane wakho njengoba uzithanda wena. Mina nginguJehova.


Owesibili ofana nawo uthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.


Yazisa uyihlo nonyoko, njengalokho uJehova uNkulunkulu wakho ekuyalile; ukuze izinsuku zakho zibe zinde futhi kukuhambele kahle ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo othi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena, nenza kahle;


Ngokuba umthetho wonke ugcwaliswa ezwini linye nakuleli; Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.


Yena a araba, a re: O tla rata Jehova, Modimo wa hao, ka pelo ya hao yohle, le ka moya wa hao wohle, le ka matla a hao wohle, le ka kgopolo ya hao yohle. Le wa heno jwalokaha o ithata.


Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.


Kumelwe yesabe, kube yilowo nalowo unina noyise, nigcine amasabatha ami; nginguJehova uNkulunkulu wenu.


Ngoba lokhu ukuthi: Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungafi; uma kukhona omunye umyalo, kufinyelelwe kuleli zwi lokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.


Nizwile kwathiwa: ‘Wothanda umakhelwane wakho, uzonde isitha sakho.’


Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite