Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 17:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kwathi besahlezi eGalili, uJesu wathi kubo: INdodana yomuntu izanikelwa ezandleni zabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Besahambahamba eGalile, uJesu wathi kubo: “INdodana yomuntu izakukhashelwa ezandleni zabantu;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Besahamba eGalile, uJesu wathi kubo: “INdodana yomuntu izakukhashelwa ezandleni zabantu;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Kwathi besahlezi eGalili, uJesu wathi kubo: INdodana yomuntu izanikelwa ezandleni zabantu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 17:22
21 Referans Kwoze  

Kusukela ngaleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuthi umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu.


Waqala ukubafundisa ukuthi iNdodana yomuntu imelwe ukuhlupheka ngokuningi, ilahlwe ngamalunga, nabapristi abakhulu, nababhali, ibulawe, ibuye ivuke emva kwezinsuku ezintathu.


Njalo bazambulala, kodwa ngosuku lwesithathu izavuswa. Basebedabuka kakhulu.


Wathi kubo: Kulotshiwe kanje, lokuthi uKhristu umelwe ukuhlupheka, njalo avuke kwabafileyo ngosuku lwesithathu.


UKristu ubengafanele yini ukuba ahlupheke ngalezizinto, aze angene enkazimulweni yakhe?


esithi: INdodana yomuntu imelwe ukuhlupheka ngokuningi, ilahlwe ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, ibulawe, futhi ivuswe ngosuku lwesithathu.


Ngumuphi kubaprofethi oyihlo abangamzingelanga na? bababulala labo ababika ngaphambili ngokufika koLungileyo; eseningabakhapheli nababulali bakhe manje;


Sukumani, sihambe; bhekani, useseduze ongikhaphelayo.


Khona abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane.


Ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemi lapha abangayikuzwa ngempela ukufa, baze bayibone iNdodana yomuntu iza embusweni wayo.”


Ngoba mina ngemukele eNkosini, lokho lami enganinika khona, ukuthi iNkosi uJesu ngalobobusuku eyanikelwa ngabo yathatha isinkwa;


Kusukela ngaleso sikhathi wafuna ithuba elihle lokumkhaphela.


Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.


Kepha ngithi kini: U-Eliya usefikile, kepha abamazanga, kepha benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu iyakuhlushwa yibo.


Basebemangala bonke ngamandla amakhulu kaNkulunkulu. Kwathi bonke bemangala ngakho konke akwenzayo uJesu, wathi kubafundi bakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite