Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 ingahloniphi uyise noma unina; Kanjalo nenze umyalo kaNkulunkulu ube yize ngesiko lenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 akayikwazisa uyise noma unina; kanjalo nilenze laba yize izwi likaNkulunkulu ngesiko lenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 akusadingeki ukuba ahloniphe uyise; kanjalo-ke nilenza libe yize izwi likaNkulunkulu ngenxa yesiko lenu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 ingahloniphi uyise noma unina; Kanjalo nenze umyalo kaNkulunkulu ube yize ngesiko lenu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:6
12 Referans Kwoze  

Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.


Nisho kanjani ukuthi: ‘Sihlakaniphile, nomthetho kaJehova unathi? Bheka, wakwenza ize; usiba lwababhali luyize.


Nenza izwi likaNkulunkulu libe yize ngesiko lenu enilivezileyo, neziningi ezinjalo niyazenza.


Yisikhathi sakho, Jehova, sokuba usebenze, ngokuba umthetho wakho bawenzile ize.


Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili.


Ngakho siyawenza ize umthetho ngokukholwa na? makube njalo; yebo, siyawuqinisa umthetho.


Abantu bami babhubha ngokuswela ukwazi; ngokuba ukulahlile ukwazi, nami ngiyakukulahla, ungabi ngumpristi wami; ngoba ukhohliwe umlayo kaNkulunkulu wakho, lami ngizakhohlwa abantwana bakho.


Ukushisekela kwami kungidlile, ngokuba izitha zami zikhohliwe amazwi akho.


Kodwa lina lithi: Loba ngubani othi kuyise kumbe kunina: Kungumnikelo;


Bazenzisi, waprofetha kahle ngani uIsaya, ethi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite