Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wasesiza wakhuleka kuye, wathi: Nkosi, ngisize.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha wayeseza, wakhuleka kuye wathi: “Nkosi ngisize.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Owesifazane weza, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi ngisize.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Wasesiza wakhuleka kuye, wathi: Nkosi, ngisize.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:25
10 Referans Kwoze  

Umphose kaningi emlilweni nasemanzini ukuba umbhubhise; kepha uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.


Isixuku sabakhuza ukuba bathule; kepha bamemeza kakhulu, bathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!


Basebesiza ababesemkhunjini, bakhuleka kuye, besithi: Isibili wena uyiNdodana kaNkulunkulu.


Yebo, yayinamandla phezu kwengelosi futhi yanqoba; wakhala, wamncenga; wamfumana eBethele, wakhuluma nathi khona;


Wathi: “Ngiyeke ngihambe, ngokuba kuyasa.” Wathi: “Angiyikukuyeka ukuba uhambe, ungakangibusisi.”


Wahle wamemeza uyise womntwana, wathi ngezinyembezi: Ngiyakholwa, Nkosi; siza ukungakholwa kwami.


Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.


Kepha waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, siphonse ezinjaneni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite