Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Lezi zizinto ezingcolisa umuntu, kodwa ukudla ngezandla ezingagezwanga akumngcolisi umuntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Yilezo zinto ezimngcolisayo umuntu; kodwa ukudla ngezandla ezingahlanjiwe akumngcolisi umuntu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Yilezo zinto ezimngcolisayo umuntu, kodwa ukudla ngezandla ezingahlanjiwe akumngcolisi umuntu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Lezi zizinto ezingcolisa umuntu, kodwa ukudla ngezandla ezingagezwanga akumngcolisi umuntu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:20
12 Referans Kwoze  

Akuyikungena kuwo lutho olungcolileyo, nawo wonke amanyala namanga, kuphela abalotshiweyo encwadini yokuphila yeWundlu.


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.


Kungani abafundi bakho beqe isiko labadala na? ngoba abagezi izandla zabo nxa bedla isinkwa.


Ngokuba enhliziyweni kuphuma imicabango emibi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza;


Wamuka lapho uJesu, waya emikhawulweni yaseTire naseSidoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite