Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kepha waphendula wathi: “Zonke izithombo ezingatshalwanga nguBaba osezulwini ziyakusishulwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha waphendula wathi: “Yileso naleso sithombo esingatshalwanga nguBaba wasezulwini siyakusishulwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kepha waphendula wathi: “Yileso naleso sithombo esingatshalwanga nguBaba wasezulwini, siyakusishulwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Kepha waphendula wathi: “Zonke izithombo ezingatshalwanga nguBaba osezulwini ziyakusishulwa.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:13
11 Referans Kwoze  

Amagatsha wonke akimi angatheli isithelo uyawasusa;


Abantu bakho bayakuba ngabalungileyo bonke, balidle ifa lomhlaba kuze kube phakade, ihlumela lesitshalo sami, umsebenzi wezandla zami, ukuze ngidunyiswe.


Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune; bawabuthe, bawaphonse emlilweni, ashiswe.


ukumisa abalilayo eZiyoni, ukubanika umhlobiso esikhundleni somlotha, amafutha entokozo esikhundleni sokulila, ingubo yokudumisa esikhundleni somoya odabukileyo; ukuze babizwe ngokuthi imithi yokulunga, okutshalwe nguJehova, ukuze adunyiswe.


Abatshaliwe endlini kaJehova bayakumila emagcekeni kaNkulunkulu wethu.


Ngokuba siyizisebenzi kanye noNkulunkulu; nina niyinsimu kaNkulunkulu, niyisakhiwo sikaNkulunkulu.


Base besondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Uyazi yini ukuthi abaFarisi bakhubeka sebezwile leli zwi na?


Mina ngingumvini weqiniso, noBaba ungumlimi.


Laba bangamabala emikhosini yenu yothando, lapho bedla nani, bezidlisa ngaphandle kokwesaba; bangamafu angenamanzi, apheshulwa ngumoya; izihlahla ezibunayo, ezingatheli, ezifile kabili, ezisitshulwe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite