Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Yayisiyaliwe ngunina yathi: Nginike lapha ngoqwembe ikhanda likaJohane uMbhapathizi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Yona isifundisiwe ngunina yathi: “Ngiphe lapha ngoqwembe ikhanda likaJohane uMbhapathizi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kuthe eseyicebisile unina, yathi: “Ngiphe ngoqwembe ikhanda likaJohane, uMbhabhadisi.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Yayisiyaliwe ngunina yathi: Nginike lapha ngoqwembe ikhanda likaJohane uMbhapathizi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:8
17 Referans Kwoze  

Wasephuma, wathi kunina: Ngizacelani? Wasesithi: Ikhanda likaJohane uMbhabhathizi.


Othanda igazi uyamzonda oqotho, kodwa olungileyo ufuna umphefumulo wakhe.


Ngokuba izinyawo zabo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi.


Kwathi u-Athaliya unina ka-Ahasiya ebona ukuthi indodana yakhe ifile, wasuka wachitha yonke indlu yenkosi.


U-Izebeli wayesethuma isigijimi ku-Eliya ukuthi: “Mabenze lokhu kimi onkulunkulu, bengezelele kanjalo, uma ngingenzi ukuphila kwakho kube njengempilo yomunye wabo kusasa ngalesi sikhathi.


Inkosi yami ayitshelwanga yini lokho engakwenzayo lapho u-Izebeli ebulala abaprofethi bakaJehova, ukuthi ngafihla abantu abayikhulu kubaprofethi bakaJehova kwabangamashumi ayisihlanu emhumeni, ngabondla ngesinkwa nangamanzi, na?


Kwathi lapho u-Izebeli ebulala abaprofethi bakaJehova, u-Obadiya wathatha abaprofethi abayikhulu, wabafihla emhumeni ngamashumi ayisihlanu, wabondla ngesinkwa nangamanzi.)


Waletha umnikelo wakhe njengesitsha esisodwa sesiliva, isisindo saso sasingamashekeli ayikhulu namashumi amathathu, nomganu owodwa wesiliva wamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele; zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha njengomnikelo womlilo.


Umnikelo wakhe wawuyisitsha esisodwa sesiliva, isisindo saso sasingamashekeli ayikhulu namashumi amathathu, nomganu owodwa wesiliva wamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele; zombili zazigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha njengomnikelo wempuphu.


Nanku umumo wazo: izingqwembe zegolide ezingamashumi amathathu, izingqwembe zesiliva eziyinkulungwane, ommese abangamashumi amabili nesishiyagalolunye,


Wasethembisa ngesifungo ukuyinika loba yini engayikucela.


Inkosi yadabuka, nokho ngenxa yesifungo nangalabo ababehlezi nayo ekudleni yayala ukuba inikwe.


Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina.


Yangena masinyane enkosini ngokuphangisa, yacela, yathi: “Ngithanda ukuba unginike manje ngoqwembe ikhanda likaJohane uMbhapathizi.


Letha ikhanda lakhe ngoqwembe, walinika intombazana; intombazana yalinika unina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite