Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Bamncenga ukuthi bathinte nje umphetho wengubo yakhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Bamncenga ukuba bathinte nje umphetho wengubo yakhe; bonke abawuthinta basindiswa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Bamnxusa ukuba bathinte nje umphetho wengubo yakhe; bonke abawuthintayo baphiliswa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Bamncenga ukuthi bathinte nje umphetho wengubo yakhe;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:36
15 Referans Kwoze  

Isixuku sonke safuna ukumthinta, ngokuba kwaphuma amandla kuye, abaphulukisa bonke.


Ngokuba wayephulukise abaningi; baze bamcindezela ukuba bamthinte bonke ababenezifo.


Negama layo ngokukholwa egameni layo liyiqinisile le ndoda eniyibonayo neniyaziyo;


Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na?


Bonke uBaba anginika bona bayakuza kimi; futhi ozayo kimi angisoze ngamlahlela phandle.


Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo;


Kwathi emazi amadoda akuleyondawo, athumela kulo lonke lelo zwe langakhona, aletha kuye bonke ababegula.


Nomaphi lapho engena khona emizaneni, nasemizini, noma emaphandleni, babeka abagulayo emigwaqweni, bamncenga ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela;


Wafika eBetsayida; basebeletha kuye isiphofu, bamncenga ukuthi asithinte.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite