Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 yathuma yamnquma uJohane ikhanda etilongweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Yathumela, yamnquma uJohane ikhanda ejele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:10
12 Referans Kwoze  

Kepha ngithi kini: U-Eliya usefikile, kepha abamazanga, kepha benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu iyakuhlushwa yibo.


Kuyakuthi sebebuqedile ubufakazi babo, isilo esiphuma kwalasha siyakulwa nabo, sibanqobe, sibabulale.


UHerodi wathi: “UJohane ngamnquma ikhanda; wasefisa ukumbona.


Kodwa ngithi kini: UEliya usefikile, basebesenza kuye konke ababekuthanda, njengokulotshiweyo ngaye.


Ngibashaye ngeze abantwana benu; abatholanga ukusolwa; inkemba yenu idlile abaprofethi benu njengengonyama ephangayo.


Kodwa baziklolodela izithunywa zikaNkulunkulu, bawadelela amazwi akhe, bathuka abaprofethi bakhe, kwaze kwafika intukuthelo kaJehova ngabantu bakhe, kwaze kwangabangakho ukuphulukiswa.


Inkosi yadabuka, nokho ngenxa yesifungo nangalabo ababehlezi nayo ekudleni yayala ukuba inikwe.


Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite