Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 12:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uma uSathane ekhipha uSathane, uhlukene yedwa; pho, umbuso wakhe uyakuma kanjani na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Uma uSathane emkhipha uSathane, wahlukene yedwa. Pho, umbuso wakhe uyakuma kanjani na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Uma uSathane ekhipha uSathane, kusho ukuthi wehlukene yedwa. Pho umbuso wakhe uyakuma kanjani na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Uma uSathane ekhipha uSathane, uhlukene yedwa; pho, umbuso wakhe uyakuma kanjani na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 12:26
13 Referans Kwoze  

owasikhulula emandleni obumnyama, wasesisa embusweni weNdodana yakhe ethandekayo;


Siyazi ukuthi singabakaNkulunkulu nokuthi umhlaba wonke ulele ebubini.


Eyesihlanu yathululela isitsha sayo esihlalweni sobukhosi sesilo; nombuso wakhe waba mnyama; baluma ulimi lwabo ngenxa yobuhlungu.


Waphonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uDeveli noSathane, odukisa izwe lonke; waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.


Zazinenkosi phezu kwazo, ingelosi yakwalasha, egama layo ngesiHeberu lingu-Abadoni, kepha ngesiGreki inegama lokuthi uApoliyoni.


okukubo unkulunkulu walelizwe uphuphuthekisile ingqondo yabangakholwayo, ukuze kungasi kubo ukukhanya kwevangeli lenkazimulo kaKristu ongumfanekiso kaNkulunkulu.


ngokwahlulela, ngokuba umbusi walumhlaba usegwetshiwe.


Angisasayikukhuluma okuningi nani, ngokuba uyeza umbusi walumhlaba, kepha akanalutho kimi.


Kalokhu kungukwahlulelwa kwalomhlaba;


Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.


Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.


Nxa yilowo nalowo olizwa izwi lombuso, engaliqondi, omubi uyeza, ahlwithe okuhlwanyelwe enhliziyweni yakhe. Nguye owahlanyelwa ngasendleleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite