Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi uJohane esetilongweni ezwe imisebenzi kaKristu, wathuma ababili kubafundi bakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwathi-ke uJohane esetilongweni, ezwile ngemisebenzi kaKristu, wathumela ngabafundi bakhe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kuthe lapho uJohane esejele, ezwa ngemisebenzi kaKhristu wayesethumela ngabafundi bakhe,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kwathi uJohane esetilongweni ezwe imisebenzi kaKristu, wathuma ababili kubafundi bakhe.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:2
11 Referans Kwoze  

Ngokuba uHerode uqobo wayethumele wambamba uJohane, wambopha etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo, ngokuba wayemthathile.


Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo.


Kwathi uJesu esezwile ukuthi uJohane ubotshiwe, wasuka waya eGalili;


Khona beza kuye abafundi bakaJohane, bathi: “Kungani thina nabaFarisi sizila kaningi, kepha abafundi bakho abazili na?


Ngakho iNkosi isibonile ukuthi abaFarisi sebezwile ukuthi uJesu wenza ebhabhathize abafundi abanengi kuloJohane,


Kodwa uHerodi umtetrarki, esolwa nguye ngoHerodiya umkaFiliphu umfowabo langakho konke okubi uHerodi abekwenzile;


Zonke izizukulwane ezisukela ku-Abrahama ziye kuDavide ziyizizukulwane eziyishumi nane; nezisukela kuDavide kuze kube sekuthunjelweni eBabiloni ziyizizukulwane eziyishumi nane; futhi kusukela ekuthunjelweni eBhabhiloni kuze kufike kuKristu ziyizizukulwane eziyishumi nane.


Kepha uHerode umtetrarki wezwa konke okwenziwa nguye, wasambatheka, ngokuba abanye bathi uJohane uvukile kwabafileyo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite