Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kusukela emihleni kaJohane uMbhapathizi kuze kube manje umbuso wezulu uyafuzula, nabafuzulayo bayawuthatha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha kusukela emihleni kaJohane uMbhapathizi kuze kube manje umbuso wezulu uyafuzulwa, nabafuzulayo bayawuphanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kepha kusukela emihleni kaJohane uMbhabhadisi kuze kube manje, umbuso wezulu uyaphangwa, nabawuphangayo bayawuhlwitha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kusukela emihleni kaJohane uMbhapathizi kuze kube manje umbuso wezulu uyafuzula, nabafuzulayo bayawuthatha.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:12
11 Referans Kwoze  

Umthetho nabaprofethi kwakukhona kwaze kwafika uJohane; kusukela ngaleso sikhathi umbuso kaNkulunkulu uyashunyayelwa, wonke umuntu ufukamela kuwo.


Phikelelani ukungena ngesango elincane; ngokuba ngithi kini: Abaningi bayakufuna ukungena, kodwa bahluleke.


Ngakho-ke, bathandekayo, njengalokho nilalela ngezikhathi zonke, kungesikho nxa ngikhona kuphela, kepha ikakhulu manje ngingekho, sebenzelani ukusindiswa kwenu ngokwesaba nangokuthuthumela.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kodwa ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyonipha khona iNdodana yomuntu;


UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.


Ngiqinisile ngithi kini: Kwabazelwe ngabesifazane akuvelanga omkhulu kunoJohane uMbhapathizi; kepha omncane embusweni wezulu mkhulu kunaye.


Ngokuba bonke abaprofethi nomthetho baprofetha kwaze kwafika uJohane.


Ngokuba ingelosi yayiyehla ngezikhathi ezithile echibini, izamazamise amanzi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite