Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Umfowabo uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise umntwana, nabantwana bavukele abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “Kepha umuntu uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise umntanakhe; abantwana bayakuvukela abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 “Umuntu uyakumkhaphela ekufeni umfowabo, noyise akhaphele umntwana wakhe. Abantwana bayakuvukela abazali, bababulale.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Umfowabo uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise umntwana, nabantwana bavukele abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:21
12 Referans Kwoze  

Khona abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane.


Uma umuntu eprofetha, uyise nonina abamzalayo bayakuthi kuye: ‘Awuyikuphila; ngokuba ukhuluma amanga egameni likaJehova, uyise nonina abamzalayo bayakumhlaba, uma eprofetha.


UDavide wayesethi ku-Abishayi nakuzo zonke izinceku zakhe: “Bhekani, indodana yami eyaphuma ezibilinini zami ifuna ukuphila kwami; kakhulu kangakanani lo wakwaBenjamini angakwenza manje? makame, aqalekise; ngokuba uJehova wamyala.


Bonke abangani bami bangizonda, nalabo engangibathanda bangijikela.


Uhlezi ukhulume ngomfowenu; uhleba indodana kanyoko.


Ngiyakumisa abaseGibithe ngokumelene nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; umuzi uvukele umuzi, nombuso uvukele umbuso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite