Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 “Nakumuphi umuzi noma umuzana eniyakungena kuwo, funani ofaneleyo kuwo; nihlale khona nize nimuke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Nakumuphi umuzi noma umuzana eniyakungena kuwo, cingani ofaneleyo kuwo, nihlale khona, nize nimuke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 “Nakunoma yimuphi umuzi noma umuzana eniyakungena kuwo, anocinga ofaneleyo, bese nihlala kuwo, nize nihambe kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 “Nakumuphi umuzi noma umuzana eniyakungena kuwo, funani ofaneleyo kuwo; nihlale khona nize nimuke.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:11
14 Referans Kwoze  

Umfokazi akahlalanga emgwaqeni, kodwa ngavulela isihambi iminyango yami.


Nakuyiphi indlu eningena kuyo, hlalani khona, nimuke lapho.


Wathi kubo: “Nomaphi lapho ningena khona endlini, hlalani khona nize nimuke kuleyo ndawo.


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga, wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona. Futhi wasicindezela.


Sebekubonile bonke bakhonona, besithi: Ungene ukuvakatshela indoda eyisoni.


nasikhwama sohambo, namabhantshi amabili, nazicathulo, naludondolo, ngokuba isisebenzi sifanele ukudla kwaso.


Nxa ningena endlini, niyibingelele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite