Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 1:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 uHezekiya wazala uManase; uManase wazala u-Amoni; u-Amoni wazala uJosiya;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 uHezekiya wazala uManase, uManase wazala u-Amoni, u-Amoni wazala uJosiya;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 uHezekiya wazala uManase, uManase wazala u-Amoni, u-Amoni wazala uJosiya;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 uHezekiya wazala uManase; uManase wazala u-Amoni; u-Amoni wazala uJosiya;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 1:10
8 Referans Kwoze  

UHezekiya wayeselala koyise, bammbela enhloko yamathuna amadodana kaDavide; wonke uJuda nabakhileyo eJerusalema bamdumisa ekufeni kwakhe. UManase indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UHezekiya wayeselala koyise; uManase indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Wamemeza nge-altare ngezwi likaJehova, wathi: “O altare, altare, usho kanje uJehova; Bheka, kuyakuzalelwa endlini kaDavide umntwana ogama lakhe linguJosiya; uyakunikela phezu kwakho abapristi bezindawo eziphakemeyo abashunqisa umusi phezu kwakho, kushiswe amathambo abantu phezu kwakho.


U-Oziya wazala uJothamu; uJothamu wazala u-Ahazi; u-Ahazi wazala uHezekiya;


uJosiya wazala uJekoniya nabafowabo, ngesikhathi sokuthunjelwa kwabo eBhabhiloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite