Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Kwabase-Efesu 4:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 uma-ke nimuzwile, nafundiswa nguye, njengokuba iqiniso likuJesu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 uma-ke nimzwile nafundiswa kuye, njengokuba iqiniso likuJesu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 uma nimzwile nafundiswa kuye, njengokuba iqiniso likuJesu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 uma-ke nimuzwile, nafundiswa nguye, njengokuba iqiniso likuJesu;

Gade chapit la Kopi




Kwabase-Efesu 4:21
20 Referans Kwoze  

Siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ukuqonda, ukuze simazi oqinisileyo, sikuye oweqiniso, eNdodaneni yakhe uJesu Kristu. Lona unguNkulunkulu weqiniso nokuphila okuphakade.


Enimethembayo nani, seselizwile izwi leqiniso, ivangeli lokusindiswa kwenu;


Nigxilile nakhiwe kuye, niqinisiwe ekukholweni, njengalokho nifundisiwe, nivame ukubonga.


UMoya weqiniso; izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi, kepha nina niyamazi; ngokuba uhlala nani, futhi ukini.


Njengoba iqiniso likaKristu likimi, ukuthi lokhu kuzincoma akusayikuvinjwa muntu ezifundeni zase-Akhaya.


Ngokuba zonke izithembiso zikaNkulunkulu kuye zinguyebo, futhi kuyena zingu-Amen, kube inkazimulo kaNkulunkulu ngathi.


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Izimvu zami ziyalizwa ilizwi lami, lami ngiyazazi, futhi ziyangilandela;


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Ya le utlwang o a nkutlwa; mme ya le nyatsang, o a nyedisa nna; mme ya nnyatsang, o nyedisa ya nthomileng.


Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.


Ukhwele ebukhosini bakho, uphumelele ngenxa yeqiniso, nobumnene, nokulunga; isandla sakho sokunene sizakufundisa izinto ezesabekayo.


Pho-ke bayakukhuleka kanjani kuye abangakholwanga kuye na? bayakukholwa kanjani kuye abangezwanga ngaye na? bayakuzwa kanjani kungekho mshumayeli na?


Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, nakubo abaseduze.


Ngokuba ithemba enibekelwe lona ezulwini, enalizwa ngaphambili ngezwi leqiniso levangeli;


elifikile kini, njengasezweni lonke; lithela isithelo, njengalokhu lisenza lakini, kusukela osukwini elakuzwa ngalo, lawazi umusa kaNkulunkulu ngeqiniso;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite