Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Kwabase-Efesu 1:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 phezu kwabo bonke ubukhosi, lamandla, lamandla, lobukhosi, lalo lonke ibizo elibizwayo, kungeyisikho kulomhlaba kuphela, kodwa lakulowo ozayo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ngaphezu kwakho konke ukubusa, negunya, namandla, nobukhosi, namagama onke aphathwayo, kungekuleli zwe lodwa kepha nakulo elizayo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 ngaphezu kakhulu kwakho konke ukubusa, negunya, namandla, nobukhosi, namagama wonke aphathwayo, kungekulesi sikhathi kuphela, kepha nakwesizayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 phezu kwabo bonke ubukhosi, lamandla, lamandla, lobukhosi, lalo lonke ibizo elibizwayo, kungeyisikho kulomhlaba kuphela, kodwa lakulowo ozayo;

Gade chapit la Kopi




Kwabase-Efesu 1:21
20 Referans Kwoze  

Nina niphelele kuye, eyinhloko yakho konke ukubusa namandla;


Owenyukela ezulwini, ongakwesokunene sikaNkulunkulu; izingelosi, namandla, namandla, kuthotshiswe phansi kwakhe.


enziwe waba ngcono kakhulu kunezingelosi, njengalokho ezuze ngefa igama elihle kakhulu kunelazo.


Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.


Esephucile imibuso namandla, wabukisa ngabo obala, ebanqoba ngawo.


Umbuso, nokubusa, nobukhulu bombuso phansi kwezulu lonke kuyakunikwa abantu abangcwele boPhezukonke, ombuso wakhe ungumbuso ophakade, nakho konke ukubusa kuyakumkhonza, kumlalele.


ukuze khathesi kwababusi lamandla embusweni wezulu kwaziwe ngebandla ukuhlakanipha kukaNkulunkulu okunengi okwehlukeneyo;


Ngokuba asibambene negazi nenyama, kodwa sibambene nemibuso, namandla, nababusi balobu bumnyama bomhlaba, nobubi bomoya ezindaweni eziphakemeyo.


Ngakho lokhu silompristi omkhulu odabule emazulwini, uJesu iNdodana kaNkulunkulu, masibambe isivumo sethu.


Nalowo okhuluma izwi elibi ngeNdodana yomuntu uyakuthethelelwa;


Ngokuba akalibekanga kuzo izingelosi izwe elizayo esikhuluma ngalo.


enanihamba kuzo endulo ngokwendlela yaleli zwe, ngokombusi wamandla omkhathi, ongumoya osebenza manje kubantwana bokungalaleli;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite