Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 9:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Okungukuthi, labo abangabantwana benyama abasibo abantwana bakaNkulunkulu, kodwa abantwana besithembiso babalwa inzalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Lokhu kungukuthi akusibo abantwana benyama abangabantwana bakaNkulunkulu labo, kodwa abantwana besithembiso bathiwa inzalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Lokhu kusho ukuthi akusibo abantwana ngokwenyama abangabantwana bakaNkulunkulu, kodwa labo abangabantwana besithembiso, yibo ababizwa ngabolibo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Okungukuthi, labo abangabantwana benyama abasibo abantwana bakaNkulunkulu, kodwa abantwana besithembiso babalwa inzalo.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 9:8
14 Referans Kwoze  

Abazalwa kungengagazi, noma ngentando yenyama, noma ngentando yomuntu, kodwa nguNkulunkulu.


Ngokuba bonke abaholwa nguMoya kaNkulunkulu bangabantwana bakaNkulunkulu.


INkosi iyakubala, lapho ibhala abantu, ukuthi lo muntu wazalelwa khona. Sela.


Inzalo iyakumkhonza; kuyakubalelwa eNkosini isizukulwane.


Asibalwa njengabafokazi kuye na? ngokuba usithengisile, wadla nemali yethu.


Ningabantwana beNkosi uNkulunkulu wenu; akumelwe nizinqume futhi ningenzi mpandla phakathi kwamehlo akho ngenxa yofileyo.


Ningacabangi ukusho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


UMoya uqobo ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu;


Ngokuba ukulangatha okudaliweyo kulindele ukuvezwa kwabantwana bakaNkulunkulu.


Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa, esedlulelwe yisikhathi, wabeletha, ngokuba wathi ukholekile owethembisileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite