Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 9:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 (Ngoba abantwana bengakazalwa, bengakenzi okuhle lokubi, ukuze icebo likaNkulunkulu elingokokukhetha lime, lingaveli emisebenzini, kodwa kulowo obizayo);

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ngokuba bengakazalwa, bengakenzi okuhle nokubi, ukuze icebo likaNkulunkulu eliya ngokukhetha lime,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngokuba engakazalwa amawele, engakakwenzi okuhle noma okubi, ukuze icebo likaNkulunkulu eliya ngokukhetha lifezeke,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 (Ngoba abantwana bengakazalwa, bengakenzi okuhle lokubi, ukuze icebo likaNkulunkulu elingokokukhetha lime, lingaveli emisebenzini, kodwa kulowo obizayo);

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 9:11
22 Referans Kwoze  

Owasisindisayo, wasibiza ngobizo olungcwele, kungeyisikho ngokwemisebenzi yethu, kodwa njengokwenhloso yakhe lomusa esiwuphiwa kuKristu Jesu ngaphambi kwezikhathi.


Ngakho-ke, bazalwane, khuthalelani kakhulu ukwenza kuqiniseke ukubizwa nokukhethwa kwenu;


Kungengemisebenzi yokulunga esayenzayo thina, kodwa ngokwesihawu sakhe wasisindisa, ngesigezo sokuzalwa kutsha, nangokwenziwa basha ngoMoya oNgcwele;


Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;


UJehova Sebawoti wafunga wathi: “Impela njengokucabanga kwami kuyakuba njalo; njengalokho ngihlosile, kuyakuma kanjalo;


Kepha uNkulunkulu womusa wonke owanibizela enkazimulweni yakhe yaphakade ngoKristu Jesu, senihluphekile isikhashana, uyakuniphelelisa, aniqinise, aniqinise, anisekele.


(Njengokulotshiweyo ukuthi: Ngikumisile ube nguyise wezizwe ezinengi), phambi kwalowo akholwayo, uNkulunkulu, ophilisa abafileyo, njalo obiza izinto ezingekho njengokungathi zikhona.


akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.


Bheka, ngabunjwa ebubini; futhi umama wangamukela esonweni.


sisazi, bazalwane abathandekayo, ukukhethwa kwenu kukaNkulunkulu.


Esasihamba phakathi kwabo sonke ezikhathini ezidlule ngezinkanuko zenyama yethu, sifeza izinkanuko zenyama nezengqondo; futhi ngemvelo sasingabantwana bolaka njengabanye.


UJehova Sebawoti uhlose ukungcolisa ukuzidla kwayo yonke inkazimulo nokudelela bonke abahlonishwayo bomhlaba.


ukuze nihambe ngokufanele uNkulunkulu owanibizela embusweni nasenkazimulweni yakhe.


njengokwenjongo yaphakade ayimisayo kuKristu Jesu iNkosi yethu;


Izwe liyothuthumela futhi lilile, ngoba yonke inhloso kaJehova iyofezwa ngokumelene neBhabhiloni ukwenza izwe laseBhabhiloni libe yihlane elingenamuntu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite