Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 8:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba nakho okudaliweyo kuyakukhululwa ebugqileni bokubhubha, kube ngukukhululeka kwenkazimulo yabantwana bakaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ethembeni lokuthi nakho okudaliweyo kuyakukhululwa ebugqileni bokubhubha, kube ngukukhululeka kwenkazimulo yabantwana bakaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 nayo indalo uqobo iyakukhululwa ebugqileni bokubhubha, ikhululelwe enkazimulweni yabantwana bakaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Ngokuba nakho okudaliweyo kuyakukhululwa ebugqileni bokubhubha, kube ngukukhululeka kwenkazimulo yabantwana bakaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 8:21
8 Referans Kwoze  

omelwe ukumamukela izulu kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu azikhulumayo ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele bonke kusukela kwaphakade.


Ngase ngibona izulu elisha nomhlaba omusha, ngokuba izulu lokuqala nomhlaba wokuqala kudlulile; ulwandle lwalungasekho.


Kepha thina ngokwesithembiso sakhe silindele amazulu amasha nomhlaba omusha okuhlala kukho ukulunga.


Ngokuba ukulangatha okudaliweyo kulindele ukuvezwa kwabantwana bakaNkulunkulu.


Phezu kwalokho abamisele ngaphambili, labo futhi ababizile;


Kunjalo futhi nokuvuka kwabafileyo. Kuhlwanyelwa kunokonakala; livuswa linokungonakali;


Lelilizwi elithi: Kusezakuba kanye, litshengisa ukususwa kwezinto ezinyakaziswayo, njengokuthi okwenziwayo, ukuze kuhlale okunganyikinywayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite