Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 4:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Pho kwabalwa njani? Lapho esokile, noma ekungasokini? Hhayi ekusokeni, kodwa ekungasokini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Pho, kwabalelwa kanjani na? Esesokile yini noma engakasoki na? Akubanga esesokile, kodwa engakasoki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kanti kwabalelwa kanjani na? Esesokile noma engakasoki na? Qha, akubanga esesokile, kodwa engakasoki.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Pho kwabalwa njani? Lapho esokile, noma ekungasokini? Hhayi ekusokeni, kodwa ekungasokini.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 4:10
11 Referans Kwoze  

Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho, kodwa isidalwa esisha.


Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.


Lesi yisivumelwano sami eniyakusigcina phakathi kwami nawe nenzalo yakho emva kwakho; Wonke umntwana wesilisa phakathi kwenu kufanele asokwe.


U-Abrama eseneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami futhi uphelele.


Kodwa esizukulwaneni sesine ziyakubuyela lapha, ngokuba ububi bama-Amori abukapheleli.


Ngakho-ke lokhu kubusiswa kuphezu kwabasokileyo noma nakwabangasokile na? ngoba sithi: Ukukholwa kwabalelwa kuAbrahama ukuthi kungukulunga.


Wasesemukela isibonakaliso sokusoka, uphawu lokulunga kokukholwa ayelakho engakasoki, ukuze abe nguyise wabo bonke abakholwayo lanxa bengasokile; ukuze ukulunga kubalelwe nakubo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite