Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Njalo kungabi njengalokhu sihletshwa, lanjengoba abanye bathi sithi: Asenze okubi, ukuze kuvele okuhle? ukulahlwa kwabo kungukulunga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kungabi ngukuthi, njengalokhu sihlanjalazwayo nanjengalokhu abanye bathi siyasho ukuthi asenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukulahlwa kwabo kubafanele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kungani kungashiwo njengokuba abanye bekhuluma kabi ngathi, bethi: masenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukwehlulelwa kwabo kubafanele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Njalo kungabi njengalokhu sihletshwa, lanjengoba abanye bathi sithi: Asenze okubi, ukuze kuvele okuhle? ukulahlwa kwabo kungukulunga.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 3:8
10 Referans Kwoze  

Pho siyakuthini na? Sihlale esonweni, ukuze kuvame umusa?


Kuyini pho? Siyakona yini, ngokuba singephansi komthetho kepha phansi komusa na? UNkulunkulu akakuvumeli.


Ngakho siyakuthini? Umthetho uyisono na? UNkulunkulu akakuvumeli. Cha, bengingasazi isono, kodwa ngomthetho;


Futhi umthetho wangena, ukuze isiphambeko sande. Kepha lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi;


Ngokuba sekungene ngokunyenya abantu abathile, abamiselwa ngaphambili lokhukulahlwa ngaphambili, abangamesabi uNkulunkulu, abaphendula umusa kaNkulunkulu wethu ube ngamanyala, bephika uMbusi oyedwa uNkulunkulu wethu, neNkosi yethu uJesu Kristu.


Nibusisiwe, nxa benithuka, benizingela, bekhuluma konke okubi ngani, beqamba amanga ngenxa yami.


Ekuhlonitshweni nasekuhlazweni, ngemibiko emibi negama elihle, njengabakhohlisi, nokho abaqinisileyo;


Ngakho-ke akuyinto enkulu uma nezikhonzi zakhe ziziguqula izikhonzi zokulunga; abakuphela kwabo kuyakuba njengokwemisebenzi yabo.


Kepha uGedaliya indodana ka-Ahikamu wathi kuJohanani indodana kaKhareya: “Ungayenzi le nto, ngokuba ukhuluma inkohliso ngo-Ishmayeli.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite