Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 3:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba kuthiwani uma abanye bengakholwanga? Ukungakholwa kwabo kuyakwenza ize ukukholwa kukaNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kunjani pho? Uma abanye bengakholwanga, ukungakholwa kwabo kuyakwenza ize ukukholeka kukaNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kungani pho abanye bengakholwanga na? Ukungakholwa kwabo akukwenzanga ukwethembeka kukaNkulunkulu ize na? Ngabe kunjalo na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngokuba kuthiwani uma abanye bengakholwanga? Ukungakholwa kwabo kuyakwenza ize ukukholwa kukaNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 3:3
19 Referans Kwoze  

Uma singakholwa, yena uhlala ethembekile, angeziphike.


Ngokuba ivangeli lashunyayelwa nakithi njengabo;


Kungesikho ukuthi ilizwi likaNkulunkulu lehlulekile. Ngokuba abasibo bonke abakwa-Israyeli abaphuma ku-Israyeli;


Lizakuba njalo ilizwi lami eliphuma emlonyeni wami: kaliyikubuyela kimi lilambatha, kodwa lizafeza lokho engikuthandayo, njalo lizaphumelela kukho konke engilithumele khona.


Simelwe ukubonga uNkulunkulu njalo ngani, bazalwane, ngokufaneleyo, ngokuba ukholo lwenu lukhula kakhulu, nothando lwenu nonke ngabanye luyevama;


Kodwa kabalilalelanga bonke ivangeli. Ngokuba u-Isaya uthi: “Nkosi, ngubani okholwe umbiko wethu na?


Baqhubeka bekhula ngamandla, yilowo nalowo eSiyoni ubonakala phambi kukaNkulunkulu.


Futhi noMandla ka-Israyeli ngeke aqambe amanga futhi ngeke baphenduke, ngoba akayena umuntu ukuthi angaphenduka.


UNkulunkulu akasiye umuntu ukuba aqambe amanga; nendodana yomuntu ukuba iphenduke; wathi futhi ngeke? noma ukhulumile angalungisi na?


Kepha thina sonke esibuka ngobuso obembuliwe inkazimulo yeNkosi njengasesibukweni, siyaguqulwa sifane naye sisuka enkazimulweni siye enkazimulweni, njengalokhu sikuye uMoya weNkosi.


Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.


Ngokuba izipho nokubiza kukaNkulunkulu akukhona ukuphenduka.


Ekugcwaleni kwakhe samukele sonke umusa phezu komusa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite