Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 3:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo; ngolimi lwabo basebenzisa inkohliso; ubuthi bezinyoka buphansi kwezindebe zabo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Umphimbo wabo uyiliba elivulekileyo, ngezilimi zabo bayakhohlisa, isihlungu sezinyoka siphansi kwezindebe zabo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo, bayakhohlisa ngezilimi zabo, isihlungu sezinyoka siphansi kwezindebe zabo;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo; ngolimi lwabo basebenzisa inkohliso; ubuthi bezinyoka buphansi kwezindebe zabo;

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 3:13
17 Referans Kwoze  

Ngokuba akukho ukuthembeka emlonyeni wabo; ingaphakathi labo libi kakhulu; umphimbo wabo uyingcwaba elivulekileyo; bayathopha ngolimi lwabo.


Balola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela.


Umphefumulo wami uphakathi kwezingonyama, futhi ngilala phakathi kwabashiswa umlilo, amadodana abantu amazinyo abo ayimikhonto nemicibisholo, nolimi lwabo luyinkemba ebukhali.


Anibonanga yini umbono oyize, nakhuluma ukubhula okungamanga, nithi: ‘UJehova ukhuluma lokhu; nakuba ngingakhulumanga?


Ngokuba izandla zenu zingcoliswe yigazi neminwe yenu ngobubi; izindebe zenu zikhulume amanga, nolimi lwenu luvungazela okubi.


Ulimi lwakho luceba okubi; njengensingo ebukhali esebenza ngokukhohlisa.


Makube njalo! njengokulotshiweyo ukuthi: Ukuze uthiwe ulungile emazwini akho, njalo unqobe ekwahlulelweni kwakho.


Umgodla wabo unjengethuna elivulekile, bonke bangamadoda anamandla.


Amazwi omlomo wakhe angububi nenkohliso; wayeka ukuhlakanipha nokwenza okuhle.


Iwayini labo liwubuthi bamakhanka nobuhlungu obunzima bamabululu.


Baphambukile bonke, basebeyize kanyekanye; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite