Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 16:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Khonzani ko-Anidroniku noJuniya, izihlobo zami neziboshwa kanye nami, abadumileyo phakathi kwabaphostoli nabo ababe kuKristu ngaphambi kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Khonzani ko-Anidroniku noJuniya abayizihlobo zami, ababe yiziboshwa kanye nami, abaqhamileyo kubaphostoli nababe kuKristu ngaphambi kwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Nikhonze ku-Anidroniku noJuniya abayizihlobo zami, ababeyiziboshwa kanye nami, abaqavile kubaphostoli, nababekuKhristu ngaphambi kwami.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Khonzani ko-Anidroniku noJuniya, izihlobo zami neziboshwa kanye nami, abadumileyo phakathi kwabaphostoli nabo ababe kuKristu ngaphambi kwami.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 16:7
31 Referans Kwoze  

Uyakhonza kini uThimothewu, isisebenzi kanye nami, noLukiyu, noJasoni, noSosipatro, izihlobo zami.


Khonzani kuHerodiyoni isihlobo sami. Khonzani kwabendlu kaNarkisu abaseNkosini.


Uyakhonza kuwe u-Ephafra oyisiboshwa kanye nami kuKristu Jesu;


Uyakhonza kini u-Aristarku isiboshwa kanye nami, noMarku indodana kadadewabo kaBarnaba, enayalwa ngaye; uma efika kini mamukeleni;


Ngokuba singumsebenzi wakhe kuKristu Jesu, sidalelwe imisebenzi emihle uNkulunkulu ayimisela ngaphambili ukuba sihambe kuyo.


njalo ngangingaziwa ngobuso emabandleni aseJudiya akuKristu.


Ngakho uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; bheka, sekuvele okusha.


Mina Johane, nongumfowenu, nomhlanganyeli wenu osizini, embusweni nasekubekezeleni kukaJesu Kristu, ngangisesiqhingini esithiwa iPhatmose ngenxa yezwi likaNkulunkulu nangenxa yobufakazi bukaJesu Kristu.


Siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ukuqonda, ukuze simazi oqinisileyo, sikuye oweqiniso, eNdodaneni yakhe uJesu Kristu. Lona unguNkulunkulu weqiniso nokuphila okuphakade.


Ngalokho siyazi ukuthi sihlala kuye, naye kithi, ngokuba usinikile okukaMoya wakhe.


Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho, kodwa isidalwa esisha.


Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.


Kodwa kulaba abathi banje, (loba babeyini, kakunandaba kimi, uNkulunkulu kakhethi ubuso bamuntu;


Bayizikhonzi zikaKristu na? (Ngikhuluma njengesiwula) mina kakhulu; ekukhandlekeni okuchichima kakhulu, ngemivimbo engaphezu kwesilinganiso, ematilongweni kaningi, nasekufeni kaningi.


Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.


Kodwa kuye lina likuKristu Jesu, owenziwe kithi ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu, lokulunga, lokungcweliswa, lokuhlengwa;


Ngakho-ke akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu, abangahambi ngokwenyama kodwa ngokukaMoya.


Amagatsha wonke akimi angatheli isithelo uyawasusa;


Ngalolo suku niyakukwazi nina ukuthi ngikuBaba, nani nikimi, nami ngikini.


Odla inyama yami, anathe igazi lami, uhlala kimi, nami kuye.


NgoJehova yonke inzalo ka-Israyeli iyakulungisiswa futhi ikhazinyuliswe.


Kepha u-Israyeli uyakusindiswa ngoJehova ngensindiso yaphakade;


Ngenyuka ngesambulo, ngabalandisa ivangeli engilishumayelayo phakathi kwabezizwe, kepha ngasese kwabadumileyo, funa mhlawumbe ngigijime noma ngigijimele ize.


Kepha uma uMoya walowo owavusa uJesu kwabafileyo ehlala kini, yena owavusa uKristu kwabafileyo uyakuphilisa nemizimba yenu efayo ngoMoya wakhe ohlala kini.


Ngoba bengingathanda ukuthi mina ngokwami ngibe ngoqalekisiweyo kuKristu ngenxa yabazalwane bami, izihlobo zami ngokwenyama;


Khonzani koPrisila no-Akwila, izisebenzi zami kuKristu Jesu.


Bingelelani uMariya owasebenza kanzima ngenxa yethu.


Khonzani ku-Ampiliyasi isithandwa sami eNkosini.


Khonzani ku-Uribane, isisebenzi sethu kuKristu, nakuStaku isithandwa sami.


Khonzani ku-Aphele ovunyelwe kuKristu. Khonzani kwabendlu ka-Aristobulo.


Ngazi umuntu okuKristu eminyakeni eyishumi nane edlule (noma wayesemzimbeni angazi, noma wayengaphandle komzimba, angazi, uNkulunkulu uyazi), onjalo wahlwithwa wayiswa kwelesithathu izulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite