Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 13:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngakho-ke kufanele ukuzithoba, kungabi ngenxa yolaka kuphela, kodwa nangenxa kanembeza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngalokho kuswelekile ukuwuthobela, kungabi kuphela ngenxa yolaka kodwa nangenxa kanembeza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngakho-ke kudingekile ukuwuthobela, hhayi nje ngenxa yolaka, kodwa nangenxa kanembeza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngakho-ke kufanele ukuzithoba, kungabi ngenxa yolaka kuphela, kodwa nangenxa kanembeza.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 13:5
10 Referans Kwoze  

Ngoba lokhu kuyabongeka, uba umuntu ngenxa kanembeza kuNkulunkulu ethwala usizi, ehlupheka ngokungafanele.


Nakulokhu ngiyazivivinya ukuba ngihlale nginonembeza ongenacala kuNkulunkulu nakubantu.


Ngiyakucebisa ukuba ugcine umyalo wenkosi, nalokhu mayelana nesifungo sikaNkulunkulu.


Lilonembeza omuhle; ukuze kuthi lapho benihleba ngokungathi ningabenzi bokubi, bajabhe labo abaqamba amanga ukuziphatha kwenu okuhle kuKristu.


Sikhulekeleni, ngokuba siyethemba ukuthi sinonembeza omuhle, sithanda ukuhamba kahle ezintweni zonke.


Ngubani onjengendoda ehlakaniphileyo? Ngubani owazi incazelo yendaba na? ukuhlakanipha komuntu kukhanya ubuso bakhe, lesibindi sobuso bakhe buyaguqulwa.


Ngokuba ngenxa yalokho nithela futhi, ngokuba bayizikhonzi zikaNkulunkulu ezikhuthalela khona lokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite