Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kanjalo namanje kukhona insali ngokokhetho lomusa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kanjalo kukhona nangalesi sikhathi samanje insali ngokokukhetha komusa;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kanjalo nangalesi sikhathi samanje ikhona insali ekhethwe ngokomusa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kanjalo namanje kukhona insali ngokokhetho lomusa.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 11:5
7 Referans Kwoze  

UIsaya umemeza ngoIsrayeli, uthi: Lanxa umumo wabantwana bakoIsrayeli ungangesihlabathi solwandle, insali izasindiswa;


(Ngoba abantwana bengakazalwa, bengakenzi okuhle lokubi, ukuze icebo likaNkulunkulu elingokokukhetha lime, lingaveli emisebenzini, kodwa kulowo obizayo);


Okwevangeli bayizitha ngenxa yenu;


Mhlawumbe uJehova uNkulunkulu wakho uyakuzwa wonke amazwi amakhosi, inkosi yase-Asiriya, inkosi yakhe, eyawathumela ukuba ahlambalaze uNkulunkulu ophilayo; futhi uyokhuza amazwi uJehova uNkulunkulu wakho awezwileyo.


Kuyothi labo abasele eSiyoni, nalabo abasele eJerusalema bayobizwa ngokuthi bangcwele, wonke umuntu olotshwe phakathi kwabaphilayo eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite