Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UNkulunkulu akabalahlanga abantu bakhe ayebazi ngaphambili. Anazi yini ukuthi umbhalo uthini ngo-Eliya na? ukuthi umncenga kanjani uNkulunkulu ngoIsrayeli, ethi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UNkulunkulu akasilahlanga isizwe sakhe ayesazi ngaphambili. Kumbe anazi yini ukuthi umbhalo uthini ngo-Eliya ukuba umangalela u-Israyeli kuNkulunkulu ngokuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 UNkulunkulu akasilahlile isizwe sakhe ayesazi phambilini. Kanti anazi yini ukuthi uthini umbhalo ngo-Eliya lapho enxusa uNkulunkulu emelene no-Israyeli na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 UNkulunkulu akabalahlanga abantu bakhe ayebazi ngaphambili. Anazi yini ukuthi umbhalo uthini ngo-Eliya na? ukuthi umncenga kanjani uNkulunkulu ngoIsrayeli, ethi:

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 11:2
24 Referans Kwoze  

Ngoba uJehova kayikubaxotsha abantu bakhe, njalo kayikulitshiya ilifa lakhe.


ngokokwazi ngaphambili kukaNkulunkulu uBaba ngokungcweliswa kukaMoya, kube ekulaleleni nasekufafazweni kwegazi likaJesu Kristu: Makwandiswe kini umusa nokuthula.


ukuze enze yaziwe ingcebo yenkazimulo yakhe ezitsheni zomusa, azilungisele ngaphambili inkazimulo;


Manje, bazalwane, ngiyazi ukuthi nenze ngokungazi njengababusi benu.


UJosefa wayesethi kubo: “Yisenzo sini lesi enisenzile na? Anazi yini ukuthi umuntu onjengami angabhula na?


Kungesikho ukuthi ilizwi likaNkulunkulu lehlulekile. Ngokuba abasibo bonke abakwa-Israyeli abaphuma ku-Israyeli;


Kwathi abezizwe bekuzwa lokho bathokoza, balidumisa izwi leNkosi, bakholwa bonke ababemiselwe ukuphila okuphakade.


Besithi kuAroni: Senzele onkulunkulu abazahamba phambi kwethu, ngoba uMozisi lo owasikhupha elizweni leGibhithe, kasazi ukuthi wehlelwe yini.


Owesifazane wathi kuye: “Nkosi, kawunalutho lokukha, nomthombo ujulile; uwathathephi lawo manzi aphilayo na?


UJesu egcwele uMoya oNgcwele wabuya eJordani, waholekela ngoMoya ehlane.


Eminye iminyaka eminingi wababekezelela futhi wafakaza ngokumelene nabo ngomoya wakho kubaprofethi bakho; nokho abalalelanga; ngalokho wabanikela esandleni sabantu bamazwe.


UMose wathukuthela kakhulu, wathi kuJehova: “Ungawunaki umhlatshelo wabo;


Lapho abantu bebona ukuthi uMose wayengehli entabeni, abantu babuthana ku-Aroni, bathi kuye: “Sukuma, usenzele onkulunkulu abaya kuhamba phambi kwethu; ngoba uMozisi lo, indoda eyasikhupha elizweni leGibhithe, kasazi ukuthi wehlelwe yini.


UNkulunkulu owakhuluma endulo kokhokho ngabaprofethi ngamathuba amaningi nangezindlela eziningi.


Kepha uma ngiphila enyameni, lokhu kuyizithelo zomsebenzi wami;


Iyaziwa nguNkulunkulu yonke imisebenzi yakhe kwasekuqaleni kwezwe.


Anazi yini ukuthi abangcwele bayakwahlulela izwe na? futhi uma izwe lahlulelwa yinina, anifanele ukwahlulela amacala amancane na?


Usho kanje uJehova, uthi: “Uma izulu lingalinganiswa, kulandele izisekelo zomhlaba phansi, ngiyakuyilahla yonke inzalo yakwa-Israyeli ngakho konke abakwenzileyo,” usho uJehova.


Kepha maqondana nabafileyo ukuthi bayavuswa, anifundanga yini encwadini kaMose esihlahleni ukuthi uNkulunkulu wakhuluma kuye, wathi: “Mina nginguNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe?


Anazi yini ukuthi lowo enizinikela kuye ukuba nibe yizinceku zokumlalela, niyizinceku zakhe enimlalelayo; loba okwesono kube ngukufa, kumbe ukulalela kube ngukulunga?


Kepha uma umuntu ethanda uNkulunkulu, yena uyaziwa nguye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite