Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo yabezizwe, pho, kakhulu kangakanani ukuphelela kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Uma-ke isiphambeko siletha ingcebo emhlabeni, nokwehluleka kwabo kuletha ingcebo kwabezizwe, kuyoba kangakanani ngokuphelela kwabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 11:12
15 Referans Kwoze  

Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningayazi le mfihlakalo, funa nizishaye abahlakaniphileyo; ukuthi ukuphuphutheka kwehlele uIsrayeli ngokwengxenye, kuze kungene ukugcwala kwabezizwe.


kubo uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yale mfihlakalo phakathi kwabezizwe; onguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo;


Ngokuba uma ukulahlwa kwabo kungukubuyiswa komhlaba, ukwamukelwa kwabo kuyakuba yini, uma kungesikho ukuphila kwabafileyo na?


Mina engingomncinyane kunomncinyane kubo bonke abangcwele, ngiphiwe lomusa, ukuthi ngitshumayele phakathi kwabezizwe ingcebo kaKristu engaphenyisisekiyo;


ukuze enze yaziwe ingcebo yenkazimulo yakhe ezitsheni zomusa, azilungisele ngaphambili inkazimulo;


Insali kaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe eziningi njengamazolo avela kuJehova, njengezihlambi etshanini, engalinde muntu, engalindeli abantwana babantu.


Kuyothi ngalolo suku uJehova aphinde elule isandla sakhe ngokwesibili ensalini yabantu bakhe abasele, kusukela e-Asiriya naseGibhithe, nasePhatirosi, naseKushe, nase-Elamu, naseShineyari, naseShineyari naseShinari. EHamati naseziqhingini zasolwandle.


Izizwe eziningi ziyakuhlangana noJehova ngalolo suku, zibe ngabantu kimi; ngiyakuhlala phakathi kwenu, nazi ukuthi uJehova Sebawoti ungithumile kini.


Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!


omelwe ukumamukela izulu kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu azikhulumayo ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele bonke kusukela kwaphakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite