Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 11:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngakho ngithi: Bakhubeka ukuze bawe yini? makube njalo, kepha ngesiphambeko sabo insindiso ifikile kwabezizwe, ukubavusela umona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngakho ngithi: Bakhubeka ukuba bawe na? Qha nakanye; kepha ngesiphambeko sabo insindiso ifikile kwabezizwe ukubavusela umhawu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngakho-ke ngithi: abakhubekanga ukuze bawe na? Qha akunjalo; kepha ngesiphambeko sabo, insindiso ifinyelele kwabezizwe ukuze kuvuswe isikhwele kubo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Ngakho ngithi: Bakhubeka ukuze bawe yini? makube njalo, kepha ngesiphambeko sabo insindiso ifikile kwabezizwe, ukubavusela umona.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 11:11
14 Referans Kwoze  

Ngokunjalo nalaba manje abakholwanga, ukuze ngesihawu sakho nabo bahawukelwe.


Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?


Kodwa ngithi: UIsrayeli wayengazi yini? Kuqala uMose uthi: “Ngiyakunivusela umhawu ngabangesiso isizwe, nginithukuthelise ngesizwe esingenangqondo.


uma mhlawumbe ngingabavusela umona abenyama yami, ngisindise abanye kubo.


Kwathi bemphikisa, behlambalaza, wathintitha izingubo zakhe, wathi kubo: “Igazi lenu malibe phezu kwamakhanda enu; Mina ngihlanzekile: kusukela manje ngizakuya kwabezizwe.


Ngiyathokoza yini ngokufa komubi na? isho iNkosi uJehova, kungesikho ukuthi abuye ezindleleni zakhe, aphile, na?


Ngakho ngithi: UNkulunkulu ubalahlile abantu bakhe na? UNkulunkulu akakuvumeli. Ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini.


Ngokuba angithokozi ngokufa kofayo, isho iNkosi uJehova. Ngakho-ke phenduka uphile.


Kwathi sebephumile esinagogeni, abezizwe bacela ukuthi lawo mazwi akhulunywe kubo ngesabatha elizayo.


Wothi kubo: Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, kangithokozi ngokufa komubi; kodwa ukuthi omubi aphenduke endleleni yakhe nokuphila. Ngoba lizafelani lina ndlu kaIsrayeli?


Uzakuza, ababhubhise laba balimi, isivini asinike abanye. Sebezwile bathi: Kakube njalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite