Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 1:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngakho-ke njengoba ngikimi, ngizimisele ukushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kanjalo mina ngokwami nginesifiso sokushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ngokwami ngiyalangazelela ukushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngakho-ke njengoba ngikimi, ngizimisele ukushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 1:15
12 Referans Kwoze  

Yebo, ngokunjalo ngazama ukushumayela ivangeli, kungeyisikho lapho uKristu abizwa khona, ukuze ngingakhi phezu kwesisekelo somunye;


Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuzithandela, nginomvuzo;


Ngase ngizwa izwi leNkosi lithi: “Ngiyakuthuma bani, futhi ngubani oyakusiyela na?” Ngase ngithi: Nangu mina; ngithumele.


Ngakho-ke nxusani eNkosini yokuvuna ukuba ithumele izisebenzi ekuvuneni kwayo.


UJehova wathi kuDavide ubaba: ‘Kusenhliziyweni yakho ukwakhela igama lami indlu, wenza kahle ngokuba kwakusenhliziyweni yakho lokho;


Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


Uma kungenzeka, ngokusemandleni enu, hlalani ngokuthula nabantu bonke.


UPawuli wasephendula wathi: Litshoni ukukhala lichoboza inhliziyo yami? ngoba mina angilungele ukubotshwa kuphela, kodwa lokufa eJerusalema ngenxa yebizo leNkosi uJesu.


UJesu wathi kubo: Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngiqede umsebenzi wakhe.


Wenze abengakwenza; useze wagcobela umzimba wami ukungcwatshwa.


Bayakushumayela kanjani, uma bengathunywa na? njengokulotshiweyo ukuthi: “Yeka, zinhle izinyawo zabashumayela ivangeli lokuthula, nabaletha ivangeli lezinto ezinhle!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite