Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba ngiyaphinda ngiyafakaza kumuntu wonke osokayo ukuthi unecala lokwenza umthetho wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngiyaphinda ngiqinisa kumuntu wonke osokayo ukuthi unecala lokugcina umthetho wonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngiyaphinda ngiyafakaza kubantu bonke ukuthi osokayo uphoqelekile ukuba awufeze wonke umthetho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngokuba ngiyaphinda ngiyafakaza kumuntu wonke osokayo ukuthi unecala lokwenza umthetho wonke.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 5:3
19 Referans Kwoze  

Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangahlali kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho, ukuba bakwenze.


Ngokuba ukusoka kuyasiza uma ugcina umthetho;


Uqalekisiwe ongawaqinisekisi onke amazwi alo mthetho ukuba awenze. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Ngakho-ke lokhu ngiyakusho, ngifakaza eNkosini, ukuthi ningabe nisahamba njengabanye abezizwe ebuzeni bengqondo yabo;


“Kuyakuthi lapho ububi obuningi nezinsizi bubehlela, le ngoma ifakaze ngabo, ibe ngufakazi; ngokuba akuyikukhohlakala emilonyeni yezizukulwane zabo; ngoba mina ngiyayazi imicabango yabo abayizulazulayo khathesi, ngingakafiki elizweni engathembisa ngalo ngesifungo.


Uma ukhohlwa uJehova uNkulunkulu wakho, ulandele abanye onkulunkulu, ubakhonze, ubakhothamele, ngiyafakaza ngani namuhla ukuthi niyakubhubha nokubhubha.


Futhi: Ofunga i-altare akulutho; kepha ofunga umnikelo ophezu kwawo unecala.


Nathi sibonile, siyafakaza ukuthi uYise wayithuma iNdodana ibe nguMsindisi womhlaba.


ukuze kungabi khona oweqa umfowabo kunoma iyiphi indaba, ngokuba iNkosi ingumphindiseli wakho konke lokho, njengalokho sanixwayisa futhi safakaza.


ngifakaza kubaJuda nakumaGreki ukuphendukela kuNkulunkulu, nokukholwa eNkosini yethu uJesu Kristu.


Wafakaza nangamanye amazwi amaningi, wabayala wathi: “Zisindiseni kulesi sizukulwane esiphambeneyo.


Ngokuba nginabafowethu abayisihlanu; ukuze afakaze kubo, hlezi nabo beze kulendawo yokuhlupheka.


Maye kini, baholi abayizimpumputhe, enithi: Noma ubani ofunga ithempeli akulutho; kodwa ofunga igolide lethempeli, ulomlandu.


Namakhosi ethu, nezikhulu zethu, nabapristi bethu, nawobaba, abawugcinanga umthetho wakho, abalalelanga imiyalo yakho nobufakazi bakho owafakaza ngabo kubo.


Kwehla abathile bevela eJudiya, bafundisa abazalwane, bathi: “Uma ningasoki ngokwesiko likaMose, anikwazi ukusindiswa.


Bhekani, mina Pawulu ngithi kini: Uma nisokwa, uKristu akayikunisiza ngalutho.


Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite