Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Okuyizinto eziyisifanekiso; ngokuba laba bayizivumelwano ezimbili; omunye uvela entabeni yaseSinayi, ozalela ubugqila, ongu-Agari.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Lokhu kungukufanekisa; ngokuba laba bayizivumelwano ezimbili, esinye ngesasentabeni yaseSinayi, esizalela ubugqila, esinguHagari.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Lokhu kungukufanekisa nje, ngokuba laba bayizivumelwano ezimbili. Esinye ngesasentabeni iSinayi esiletha ubugqila, esinguHagari.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Okuyizinto eziyisifanekiso; ngokuba laba bayizivumelwano ezimbili; omunye uvela entabeni yaseSinayi, ozalela ubugqila, ongu-Agari.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:24
24 Referans Kwoze  

Ngokuba u-Agari lo uyintaba yaseSinayi e-Arabiya, imelela iJerusalema elikhona manje, lisebugqileni kanye nabantwana bayo.


Kepha zonke lezo zinto zabehlela bona kube yizibonelo, kulotshiwe ukuba kube yisiyalo sethu, esesifikelwe ukuphela kwezwe.


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi: Ngizavula umlomo wami ngemifanekiso; ngizakhuluma izinto ebezifihliwe kusukela ekusekelweni komhlaba.


Bayakulandela uJehova; Ubhodla njengengonyama; uma Ebhonga, abantwana basentshonalanga bayathuthumela.


Lezi ziyizizukulwane zika-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, uHagari umGibhithe, incekukazi kaSara, amzalela u-Abrahama;


Wathi: “Hagari, incekukazi kaSarayi, uvelaphi na?” futhi uzoyaphi? Wathi: “Ngibalekela ubuso benkosikazi yami uSarayi.”


Kepha uNkulunkulu wokuthula owakhuphula kwabafileyo uMalusi omkhulu wezimvu ngegazi lesivumelwano esiphakade, iNkosi yethu uJesu Kristu.


nakuJesu umlamuleli wesivumelwano esisha, nasegazini lokufafazwa, elikhuluma okuhle kunelika-Abela.


Ethi uNkulunkulu unamandla okumvusa nakwabafileyo; lapho laye wamamukela khona ngomfanekiso.


Ngakho uJesu waba yisibambiso sesivumelwano esingcono.


Ngakho yimani niqinile enkululekweni uKristu asikhulule ngayo, ningabe nisaboshelwa ejokeni lobugqila.


Banatha bonke isiphuzo esifanayo sokomoya, ngokuba baphuza edwaleni lomoya elalibalandela, lelo Dwala lalinguKristu.


Ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe; kodwa namukele uMoya wobuntwana, esimemeza ngaye sithi: Aba, Baba.


Ngase ngithi: “O, Nkosi Jehova! bathi ngaMi: Akakhulumi ngemifanekiso na?


Wathi: “UJehova wavela eSinayi, wabavukela evela eSeyiri; wakhanya entabeni yasePharanu, weza nabangcwele abayizinkulungwane eziyishumi; esandleni sakhe sokunene kwaphuma umthetho womlilo kubo.


Ngokunjalo lathi, siseyizingane, sasisezigqilini ngaphansi kokucathula kwezwe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite