Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Pho-ke iphi isibusiso enakhuluma ngaso na? ngokuba ngiyanifakazela ukuthi, uma bekungenzeka, beniyakukhupha amehlo enu, ninginike wona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Pho, sekwayaphi ukuzihalalisela kwenu na? Ngokuba ngiyanifakazela ngokuthi, uma kwakungenzeka, nanizakukhipha amehlo enu, ninginike wona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Pho selushonephi loluya gqozi enaninalo na? Ngiyaqinisa ukuthi naningawakhipha amehlo enu niwanike mina uma kwakunokwenzeka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Pho-ke iphi isibusiso enakhuluma ngaso na? ngokuba ngiyanifakazela ukuthi, uma bekungenzeka, beniyakukhupha amehlo enu, ninginike wona.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:15
17 Referans Kwoze  

okungaye futhi sinokungena ngokholo kulo musa esimi kuwo, sizibonga ethembeni lenkazimulo kaNkulunkulu.


Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.


nibazise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Futhi nihlalisane ngokuthula.


Kanjalo njengoba besinilangazela, sathanda ukuninika kungesilo ivangeli likaNkulunkulu kuphela, kepha nemiphefumulo yethu uqobo, ngokuba nanithandeka kithi.


Kodwa yilowo lalowo kahlole owakhe umsebenzi, yikhona ezakuba lokuzibonga yena yedwa, hatshi ngomunye.


Kodwa isithelo sikaMoya siluthando, intokozo, ukuthula, ukubekezela, ubumnene, ukulunga, ukholo,


Bantwanyana bami, engibuye ngibe nemihelo ngabo, uKristu aze abunjwe kini.


ukuze isibusiso sika-Abrahama sibe phezu kwabezizwe ngoKristu Jesu; ukuze samukele isithembiso sikaMoya ngokukholwa.


Ngokuba ngokwamandla abo ngiyafakaza, yebo, nangaphezu kwamandla abo bazinikela ngokuzithandela;


UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni, ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele.


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.


Ngoba bengingathanda ukuthi mina ngokwami ngibe ngoqalekisiweyo kuKristu ngenxa yabazalwane bami, izihlobo zami ngokwenyama;


Labasedwalani yilabo abathi, lapho belizwa, balamukele izwi ngokuthokoza; kepha laba kabanampande, abakholwa isikhashana, kuthi ngesikhathi sokulingwa bawa.


Ukulingwa kwami okwakusenyameni yami anikudelelanga, anikuyekanga; kodwa nangamukela njengengelosi kaNkulunkulu, njengoKristu Jesu.


Ngakho sengaba yisitha senu yini, ngokuba nginitshela iqiniso?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite