Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 3:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Bazalwane, ngikhuluma ngokwabantu; Noma kuyisivumelwano somuntu, nokho siqinisekiswa, akakho ongasichithayo nonganezela kuso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Bazalwane, ngikhulumisa okwabantu: nokuba kuyintando yokugcina yomuntu eyaqiniswayo, akakho oyichithayo noma enezele kuyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Bazalwane, ngikhulumisa okwabantu, ukuthi akukho muntu ongesula noma anezele esivumelwaneni esenziwe saqiniswa ngumuntu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Bazalwane, ngikhuluma ngokwabantu; Noma kuyisivumelwano somuntu, nokho siqinisekiswa, akakho ongasichithayo nonganezela kuso.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 3:15
10 Referans Kwoze  

Ngokuba isivumelwano sinamandla emva kokufa kwabantu;


Ngikhuluma ngokwabantu ngenxa yobuthakathaka benyama yenu; ngokunjalo-ke nikelani izitho zenu khathesi izigqili zokulunga kube ngcwele.


Kepha uma ukungalungi kwethu kubonakalisa ukulunga kukaNkulunkulu, siyakuthini na? UNkulunkulu ungalungile yini ophindiselayo? (Ngikhuluma njengendoda.)


Uma ngokwabantu ngalwa nezilo e-Efesu, ngiyakungisizani, uma abafileyo bengavuki na? masidle, siphuze; ngoba kusasa sizakufa.


Ngalezo zinsuku uPetru wasukuma phakathi kwabafundi, (isibalo samagama ndawonye sasingaba yikhulu namashumi amabili).


Kepha angithandi ukuba ningazi, bazalwane, ukuthi ngazimisela kaningi ukuza kini, ngavinjwa kuze kube manje, ukuze ngibe nesithelo naphakathi kwenu, nanjengakwabanye abezizwe.


Bazalwane, umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nomoya wenu. Amen. (KwabaseGalathiya kulotshiwe eRoma.)


Ngokuba lapho uNkulunkulu ethembisa u-Abrahama, wazifunga yena, lokhu kungekho omkhulu kunaye angamfunga;


Ngokuba abantu bafunga omkhulu kubo, nesifungo sokuqinisekisa singukuphela kwakho konke ukuphikisana.


nangesivumelwano asenza no-Abrahama, nesifungo sakhe ku-Isaka;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite