KwabaseGalathiya 2:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Kwathi oJakobe, noKhefase, noJohane, ababebonakala beyizinsika, bebona umusa engiwuphiweyo, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana; ukuze siye kwabezizwe, bona baye kwabasokile. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 bathi ukubona umusa engiwuphiweyo, oJakobe noKhefase noJohane, ababaziswa ngokuthi bayizinsika, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana ukuba thina siye kwabezizwe, kepha bona baye kwabasokayo, Gade chapit laIsiZulu 20209 Lapho bebona umusa engiwuphiweyo, uJakobe, noKhefase, noJohane: labo ababaziwa ngokuthi bayizinsika, banginika mina noBharnabha isandla sokunene sobudlelwano, ukuba thina sisebenze kwabezizwe, kodwa bona basebenze kwabasokileyo, Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible9 Kwathi oJakobe, noKhefase, noJohane, ababebonakala beyizinsika, bebona umusa engiwuphiweyo, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana; ukuze siye kwabezizwe, bona baye kwabasokile. Gade chapit la |
Esesukile lapho, wathungela uJonadaba indodana kaRekabi owafika ukumhlangabeza; wambingelela, wathi kuye: Inhliziyo yakho ilungile yini, njengoba inhliziyo yami injalo enhliziyweni yakho? UJonadaba waphendula wathi: “Kunjalo.” Uma kunjalo, nginike isandla sakho. Wamnika isandla sakhe; wamyisa kuye enqoleni.