Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 2:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngokuba yena owasebenza ngokuphumelelayo kuPetru ebuphostoli bokusoka nguyena owayenamandla kimi kwabezizwe;)

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 ngokuba yena owanika uPetru amandla ukuba abe ngumphostoli wabasokayo wanginika nami amandla ukuba ngibe ngumphostoli wabezizwe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngokuba Yena owanika uPhethro ukuba abe ngumphostoli kwabasokileyo, uyasebenza nakimi kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngokuba yena owasebenza ngokuphumelelayo kuPetru ebuphostoli bokusoka nguyena owayenamandla kimi kwabezizwe;)

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 2:8
23 Referans Kwoze  

Kodwa iNkosi yathi kuye: Hamba;


Yathi kimi: ‘Hamba, ngokuba mina ngiyakukuthuma kude kwabezizwe.


Wababingelela, wabalandisa ngazo zonke izinto uNkulunkulu abezenzile phakathi kwabezizwe ngenkonzo yakhe.


Isixuku sonke sathula, sabalalela oBarnaba noPawulu belandisa ukuthi yiziphi izimangaliso nezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.


Kepha ngomusa kaNkulunkulu ngiyikho engiyikho, nomusa wakhe kimi awubanga yize; kodwa ngisebenze kakhulu kakhulu kunabo bonke;


Uma ngingesiye umphostoli kwabanye, nokho kinina nginguye, ngokuba uphawu lobuphostoli bami eNkosini yinina.


Basebebeka izandla phezu kwabo, basebemamukela uMoya oNgcwele.


Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda wawungathi izinkulungwane ezinhlanu.


Ukuze athathe ingxenye yalenkonzo lobupostoli, uJudasi aphambuka kukho, ukuze aye endaweni yakhe.


Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.


Nami ngiyakukhandlekela lokho, ngilwa ngokokusebenza kwakhe okusebenza kimi ngamandla.


Ngakho yena oniphayo uMoya nowenza imisebenzi yamandla phakathi kwenu ukwenza ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na?


Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;


Ngalokho nathi siyambonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba, lapho namukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu elisebenzayo ngokweqiniso. Nakini enikholwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite