Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 1:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Angenyukelanga futhi eJerusalema kubo ababengabaphostoli ngaphambi kwami; kepha ngaya e-Arabiya, ngabuye ngabuyela eDamaseku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 futhi angenyukelanga eJerusalema kubona ababe ngabaphostoli ngaphambi kwami, kodwa ngamuka ngaya e-Arabiya, ngaphinda ngabuyela eDamaseku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Angenyukelanga ngisho naseJerusalema kubaphostoli ababephambi kwami, kodwa ngaya e-Arabhiya ngase ngibuyela eDamaseku.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Angenyukelanga futhi eJerusalema kubo ababengabaphostoli ngaphambi kwami; kepha ngaya e-Arabiya, ngabuye ngabuyela eDamaseku.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 1:17
7 Referans Kwoze  

Kwathi emva kweminyaka emithathu ngenyukela eJerusalema ukubona uPetru, ngahlala naye izinsuku eziyishumi nanhlanu.


wacela kuye izincwadi zokuya eDamaseku eziya emasinagogeni, ukuze kuthi uma ethola abanye baleyo Ndlela, abesilisa noma abesifazane, abalethe eJerusalema beboshiwe.


USawuli wasesukuma emhlabathini; esevulile amehlo akhe, akabonanga muntu, kepha bamhola ngesandla, bamyisa eDamaseku.


EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.


Kwathi esekudlile waqiniswa. Khona-ke uSawulu wayenabafundi baseDamaseku izinsuku ezithile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite