Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseFilipi 2:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye.

Gade chapit la Kopi




KwabaseFilipi 2:4
15 Referans Kwoze  

Makungabikho ozifunela okwakhe, kodwa kube yilowo nalowo inotho yomunye.


Ngakho-ke thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka bababuthakathaka, singazithokozisi thina.


Uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo othi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena, nenza kahle;


Jabulani nabathokozayo, nikhale nabakhalayo.


Ngubani obuthakathaka, ngingabi buthakathaka nami? ngubani okhubekiswayo, mina ngingashi na?


Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa kimi, kungcono kuye ukuthi itshe lokuchola ligaxwe entanyeni yakhe, acwiliswe ekujuleni kolwandle.


Singakhubekisi ngalutho, ukuze inkonzo ingasoleki;


Ngokuba bonke bazifunela okwabo, kungengokukaJesu Kristu.


Wayesethi uMose kubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaRubeni: “Abafowenu bayakuya empini, nihlale lapha na?”


Le ndaba yaziwa nguMoridegayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayimemezela inkosi yayo egameni likaMoridekayi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite