Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuThithu 2:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokunjalo nabesifazane asebekhulile baziphathe ngendlela efanele ubungcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila zewayini eliningi, babe abafundisi bokuhle;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 kanjalo nabesifazane abadala baziphathe ngokufanele abangcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila zewayini eliningi, babe ngabafundisi bokuhle,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kanjalo nabesifazane abadala mabaziphathe ngokufanele ubungcwele, bangabi yizinhlebi, nezigqila zewayini, kodwa babe ngabafundisi bokuhle,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 ngokunjalo nabesifazane asebekhulile baziphathe ngendlela efanele ubungcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila zewayini eliningi, babe abafundisi bokuhle;

Gade chapit la Kopi




KuThithu 2:3
13 Referans Kwoze  

ukuze bafundise abesifazane abasha ukuba nezithiyo, bathande abayeni babo, bathande abantwana babo,


Kanjalo omkabo mababe nesizotha, bangabi ngabahlebi, abaqondileyo, abathembekile ezintweni zonke.


Ngokuba umbonisi umelwe ukuba ngongasolekiyo, njengomphathi kaNkulunkulu; ongesiye othanda ubugovu, ongasheshi ukuthukuthela, ongadakwa, ongashayi, ongesiye inzuzo embi;


Ngokunjalo namadiyakoni amelwe ukuba nesizotha, angabi ndimimbili, angabi ngabanakwa kakhulu, angahaheli inzuzo embi;


ukuze nimamukele eNkosini njengokufanele abangcwele, nimsize kukho konke aniswele ngakho;


Kepha ubufebe, nakho konke ukungcola, noma isangabe, makungaphathwa nakanye phakathi kwenu, njengokuba kufanele abangcwele;


Kodwa ngilezinto ezinlutshwana ngawe, ukuthi uvumela owesifazana uJezebeli, ozibiza ngokuthi ungumprofethikazi, ukufundisa lokuduhisa inceku zami ukuthi ziphinge lokuthi zidle okuhlatshelwe izithombe.


Ngokuba nakuba benifanele ukuba ngabafundisi, kuze kube manje, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zamazwi kaNkulunkulu; seniba njengabadinga ubisi, hhayi okokudla okuqinileyo.


Ungabe usaphuza amanzi, kodwa sebenzisa iwayini eliyingcosana ngenxa yesisu sakho nobuthakathaka bakho obuvamileyo.


begcwele konke ukungalungi, ukukhohlakala, ukufisa, ububi; begcwele umona, ukubulala, ukuphikisana, inkohliso, ubuxhwanguxhwangu; abahlebezi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite