Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuThithu 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 bangalaleli izinganekwane zamaJuda, nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 bangalaleli izinganekwane zamaJuda, nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso.

Gade chapit la Kopi




KuThithu 1:14
10 Referans Kwoze  

njalo bazafulathelisa izindlebe zabo eqinisweni, baphendukele ezinganekwaneni.


zonke eziyakubhubha ngokusetshenziswa,) ngokwemiyalo nezifundiso zabantu?


Kodwa kubehlele kubo njengokwesaga esiqinisileyo esithi: Inja ibuyela emahlanzweni ayo; nengulube egeziweyo ekubhidlizeni odakeni.


Kepha manje lokhu senimazi uNkulunkulu, noma kunalokho naziwa nguNkulunkulu, senibuyela kanjani ezimisweni ezibuthakathaka neziwubala, enithanda ukubuye nibe yizigqila zazo na?


Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.


Ngalokho uJehova wathi: “Ngokuba laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zomlomo wabo, kepha inhliziyo yabo ikude nami, nokungesaba kwabo kufundiswa ngomyalo wabantu.


Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


lisazi ukuthi onjalo uphambukisiwe, njalo uyona, ezilahlile yena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite