Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 9:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 okwakuwumfanekiso walesi sikhathi esikhona, lapho kwanikelwa khona izipho nemihlatshelo, okungekwenze lowo owenza inkonzo aphelele ngokukanembeza;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 elona lingumfanekiso kulesi sikhathi samanje, okulethwa ngawo iminikelo nemihlatshelo engenakumenza okhonzayo aphelele maqondana nonembeza,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngokuba ingumfanekiso walesi sikhathi samanje, okulethwa ngaso iminikelo nemihlatshelo, engenakumenza okhonzayo abe nonembeza omsulwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 okwakuwumfanekiso walesi sikhathi esikhona, lapho kwanikelwa khona izipho nemihlatshelo, okungekwenze lowo owenza inkonzo aphelele ngokukanembeza;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 9:9
16 Referans Kwoze  

Umfanekiso onjengawo umbhapathizo osusisindisa ngawo manje, kungesikho ukususa insila yenyama, kodwa impendulo kanembeza omuhle kuNkulunkulu, ngokuvuka kukaJesu Kristu;


Ngokuba wonke umpristi omkhulu othathwa kubantu umiselwa abantu kokukaNkulunkulu, ukuze anikele izipho nemihlatshelo ngenxa yezono;


Nokho ukufa kwabusa kusukela ku-Adamu kuze kufike kuMose, ngisho naphezu kwalabo abangonanga njengesiphambeko sika-Adamu, ongumfanekiso walowo owayezakuza.


Ethi uNkulunkulu unamandla okumvusa nakwabafileyo; lapho laye wamamukela khona ngomfanekiso.


Futhi wonke umphristi umi insuku ngensuku ekhonza njalo enikela kanengi yona leyomihlatshelo engeke yakwazi ukususa izono.


Ngoba uKristu kangenanga endaweni engcwele eyenziwe ngezandla, engumfanekiso weyeqiniso; kodwa ungene ezulwini uqobo, ukuba manje abonakale ebusweni bukaNkulunkulu ngenxa yethu.


Ngakho-ke uma ukuphelela kwakukhona ngobupristi bukaLevi, ngokuba abantu bawemukela umthetho ngaphansi kwabo, kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokokuma kukaMelkisedeki, angabizwa ngokokuma ka-Aroni na?


Ngakho-ke umthetho uphambene nezithembiso zikaNkulunkulu na? Makube njalo, ngokuba uma wawunikiwe umthetho owawungaphilisa, isibili ukulunga ngabe kuvela ngomthetho.


Ngoba uba ebesemhlabeni, ubengayikuba ngumphristi, lokhu bakhona abapristi abanikela izipho ngokomlayo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite