Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 9:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngakho-ke isivumelwano sokuqala asenziwanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngalokho-ke isivumelwano sokuqala asimiswanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngalokho-ke isivumelwano sokuqala asimiswanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngakho-ke isivumelwano sokuqala asenziwanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 9:18
8 Referans Kwoze  

Ngomthetho cishe zonke izinto zihlanjululwa ngegazi; futhi ngaphandle kokuchitha igazi akukho ukuthethelelwa.


Kakhulu kangakanani igazi likaKristu owazinikela ngoMoya ophakade engenasici kuNkulunkulu, liyakuhlambulula unembeza wenu emisebenzini efileyo, ukuze nikhonze uNkulunkulu ophilayo na?


Kumelwe nithathe isixha sehisopi nisicwilise egazini elisesitsheni, nishaye umbundu ongenhla nezinsika zombili zezinhlangothi ngegazi elisesitsheni; futhi kakuyikuphuma muntu emnyango wendlu yakhe kuze kuse.


Wasondeza amadodana ka-Aroni, uMose wafafaza elinye igazi esicutshini sendlebe yawo yokunene, nasezithupheni zesandla sawo sokunene, nakuqukula wonyawo lwawo lokunene; uMose wafafaza i-altare ngegazi nxazonke.


Ngokuba isivumelwano sinamandla emva kokufa kwabantu;


Ngokuba uMose eseshilo yonke imiyalo kubantu bonke ngokomthetho, wathatha igazi lamathole nelezimbuzi, kanye namanzi, noboya obubomvu, nehisopi, wafafaza incwadi nabantu bonke;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite