Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Lapha-ke abantu abafayo bamukeliswa okweshumi, kepha lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Lapha-ke abantu abafayo bemukeliswa okweshumi, kodwa lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:8
12 Referans Kwoze  

lapho umanduleli angena khona ngenxa yethu, uJesu, waba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Mina ngingophilayo, futhi ngangifile; futhi bheka, ngiyaphila kuze kube phakade, Amen; futhi nginezihluthulelo zesihogo nezokufa.


Futhi ngempela babebaningi abapristi, ngoba ukufa kwakunqatshelwe ukuqhubeka.


Kuseyisikhashana izwe lingabe lisangibona; kodwa nina niyangibona, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.


Ngoba abanye sebezwile bathukuthela, kodwa kakusibo bonke abaphuma eGibhithe ngoMozisi.


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafe kanye, emva kwalokhu ukwahlulelwa;


Njalo kakuphikiswa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu.


Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi wakhipha okweshumi ngo-Abrahama;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite