Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kepha yena, ngokuba ehlala phakade unobupristi obungenakuguquleka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 kepha yena, ngenxa yokuba ehlala phakade, unobupristi obungenakuguquka;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 kodwa uJesu Yena, ngenxa yokuthi uphila ingunaphakade, unobuphristi obungenakuguquka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kepha yena, ngokuba ehlala phakade unobupristi obungenakuguquleka.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:24
9 Referans Kwoze  

Ngokuba umthetho umisa abantu abanobuthakathaka babe ngabapristi abakhulu; kepha izwi lesifungo, elalandela umthetho, limisa iNdodana engcwele kuze kube phakade.


Isixuku samphendula sathi: “Sizwile emthethweni ukuthi uKristu uhlala phakade; usho kanjani ukuthi: INdodana yomuntu imelwe ukuphakanyiswa na? ingubani le Ndodana yomuntu na?


Mina ngingophilayo, futhi ngangifile; futhi bheka, ngiyaphila kuze kube phakade, Amen; futhi nginezihluthulelo zesihogo nezokufa.


UJesu Kristu unguye izolo, nanamuhla, naphakade.


sisazi ukuthi uKristu esevusiwe kwabafileyo kasafi; ukufa akusabusi phezu kwakhe.


Ngiyakuzivusela umpristi othembekileyo oyakwenza njengokusenhliziyweni yami nasengqondweni yami; ngiyakumakhela indlu eqinile; futhi uyohamba phambi kogcotshiweyo wami kuze kube phakade.


abangababo obaba, avela kubo uKristu ngokwenyama, uNkulunkulu ophezu kwakho konke, obongekayo kuze kube phakade. Amen.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite