Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngokuba lowo okukhulunywa ngaye lokho ungowesinye isizwe, okungekho muntu kuso owake wakhonza e-altare.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha lowo okushiwo lokho ngaye ungowesinye isizwe okungabanga bikho kuso umuntu owake wakhonza e-altare.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ngoba lowo okushiwo ngaye lokho, ungowesinye isizwe okungakaze kube khona muntu kuso owake wakhonza e-althare.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Ngokuba lowo okukhulunywa ngaye lokho ungowesinye isizwe, okungekho muntu kuso owake wakhonza e-altare.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:13
6 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uma ukuphelela kwakukhona ngobupristi bukaLevi, ngokuba abantu bawemukela umthetho ngaphansi kwabo, kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokokuma kukaMelkisedeki, angabizwa ngokokuma ka-Aroni na?


Ngokuba kusobala ukuthi iNkosi yethu yavela kwaJuda; isizwe uMose angakhulumanga lutho ngaso ngobupristi.


Futhi kuyokwenzeka ukuthi udondolo lomuntu engiyomkhetha luyoqhakaza; ngizakwenza ukuthi kimi ukukhonona kwabantwana bakoIsrayeli abakhonona ngakho ngani.


Kube yisikhumbuzo kubantwana bakwa-Israyeli, ukuba kungasondeli owezizwe ongesiye owenzalo ka-Aroni ukunikela impepho phambi kukaJehova; ukuze angabi njengoKora nanjengesixuku sakhe, njengalokho uJehova eshilo kuye ngesandla sikaMose.


Ngokuba uma ubupristi buguqulwa, kufanele ukuba nomthetho uguqulwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite