Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 5:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Sinokuningi esingakusho ngaye, okunzima ukukukhulumela, lokhu nina niba buthuntu ekuzweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Sinokuningi esingakusho ngalokho, okulukhuni ukuchasisela, lokhu senaba buthuntu ekuzweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Kuningi esingakusho ngalokho, kodwa kulukhuni ukunichazela, ngokuba nilukhuni ukuzwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Sinokuningi esingakusho ngaye, okunzima ukukukhulumela, lokhu nina niba buthuntu ekuzweni.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 5:11
12 Referans Kwoze  

Ngoba inhliziyo yalababantu seyaba lukhuni, lendlebe zabo bezwa buthuntu, lamehlo abo bawacimezile; funa noma nini babone ngamehlo, bezwe ngezindlebe, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphulukise.


njengalokhu nakuzo zonke izincwadi zakhe, ekhuluma kuzo ngalezizinto; okukhona kuzo ezinye izinto ezilukhuni ukuzwisiswa, okuthi abangafundileyo nabangazinzile bazihlanekezele, njengokuba benza neminye imibhalo, kube ngukubhujiswa kwabo.


Ngokuba inhliziyo yalaba bantu seyaba lukhuni, bezwa ngezindlebe zabo, bacimezile namehlo abo; funa babone ngamehlo, bezwe ngezindlebe, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphilise.


Ngisenezinto eziningi engizonitshela zona, kodwa ningekuthwale manje.


Wakusho lokho emlinga, ngokuba yena ubekwazi abezakukwenza.


Wayesethi kubo: “O nina ziwula enilibele enhliziyweni ukukholwa yikho konke abakushilo abaprofethi!


Wathi kubo: “Kungani ningaqondi na?


Yenza inhliziyo yalaba bantu ikhuluphale, wenze izindlebe zabo zibe lukhuni, uvale amehlo abo; funa babone ngamehlo abo, bezwe ngezindlebe zabo, baqedisise ngenhliziyo, baphenduke, baphiliswe.


Indlovukazi yaseSheba isizwile umbiko kaSolomoni ngeGama likaJehova, yeza ukumvivinya ngemibuzo enzima.


ebizwa ngokuthi nguNkulunkulu umpristi omkhulu ngokokuma kukaMelkisedeki.


Ngokuba nakuba benifanele ukuba ngabafundisi, kuze kube manje, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zamazwi kaNkulunkulu; seniba njengabadinga ubisi, hhayi okokudla okuqinileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite